English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
Imvamisa yezinkinga zesikhumba ezichaziwe imbhangela yazo i Pseudo Folliculitis Barbiae (P.F.B), echazwa njemamaqhubu adalwa i razor noma izinwele ezimile ngaphansi kwesikhumba.

  • Kuvamile ukugadla emadodeni enezinwele ezigoqene.

  • Kubhidlanga entanyeni, ebusweni kanye nasemuva kwentamo.

  • Kudala ukungaphatheki kahle kwesikhumba kuphinde kube buhlungu kakhulu.

  • Lapho kukhona khona amaqhubu avama ukuba etheleleke aphenduke izinduna ezimbi nezingabukeki neze.

  • Lamaqhubu angalingani enza kube Nzima ukushefa nge razor, kuthi uma uzama ukushefa uzisike bese uyopha.

  • Isikhumba lapho kunalenkinga sivame ukuba sishintshe sibe mnyama singefani nobuso siphinde silume kakhulu.

  • Uma nje lokhu kungazange kulashwe noma kushiwe nje kanjalo, kudala isikhumba esiqinile nokuklayeka kwesikhumba.
OKUNYE