U James Byrne, CEO yaka Lee-Chem Laboratories, okuyinkampani evelele ngokunakekela izinwele kanye nokuzinakekela kusukela ngo 1966, okunguye owasungula iqembu ekuyilo elathaka laphinde lenza uhla lwe DX Smooth, lapha uphendula imibuzo ejwayelekile mayelana nokuzinaka kanye nezinkinga ezidalwa ukushefa.
| U. |
Ngabe amadoda iwo ahlukumezwa izinwele ezimila ngaphansi kwesikhumba neqwele kakhulu kunabesimame, futhi ngabe kwenziwa yini? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Yebo, ngaphandle kokuthi amadoda anesikhumba eziwugqinsi ngo 20%, kodwa siphinde sibe namafutha. Lokho kuba namafutha kusiza ekugcineni amadoda ebukeka emasha, avikela isikhumba aphinde asize ukwehlisa imiqwebu. Kodwa uma isikhumba siba namafutha eqile kuphinde kube nokungcola nesikhumba esesisidala kungadala ukuthi isikhumba sicinane bese sidala iqwele nezinwele ezimile ngaphansi kwesikhumba emva kokushefa. Kanti ke nokuba-ugqinsi kwesikhumba kudala ukuthi isikhumba sivimbe izinwele ukuthi zikhule. Gcina ama razor nesikhumba sakho kuhlanzekile bese usebenzisa I DX SMOOTH.
|
|
| U. |
Ngabe I BUMP TARGET noma I BUMP SHIELD igcotshwa emva kwesikhathi esingakanani ushefile? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Ungagcobisa nje uma uqeda ukushefa bese uyisebenzisa njalo uma uzwa isikhumba siphatheke kabi noma amaqhubu ephinde evela. Isikhumba sakho singezwakala sincinza phakathi nosuku oshefengalo. Ungayiphatha imikhiqizo yakho uyigcobise njalo uma uzwa ukuncinza kuqala. Yomibili lemikhiqizo izopholisa isikhumba sakho lapho sihlukumezeke khona.
|
|
| U. |
Kuthatha isikhathi esingakanani ukubona ushintsho uma usebenzisa I BUMP TARGET ne BUMP SHIELD? |
| I. |
Ciphiza Lapha
I BUMP TARGET isheshe isebenze, kumele ubone imiphumela ngamahora angama 24. I BUMP SHIELD idalelwe ukusebenza isikhathi eside, okuchaza ukuthi kumele uyisebenzise njalo ukuze ugcine isikhumba sakho sisihle kuvikeleke amaqhubu.
|
|
| U. |
Ngabe I BUMP TARGET noma I BUMP SHIELD izosenza isikhumba ukuthi sincinze/sinsonsothe? |
| I. |
Ciphiza Lapha
BUMP SHIELD ingasetshenziswa isikhathi eside. Uma isetshenziswa kanye ne BUMP TARGET- akumele kube nenkinga njengoba I BUMP TARGET isetshenziswa endaweni leyo ehlukumezekile hhayi ebusweni bonke. Uma kukhona ukunsonsotha/ukuncinza akumele kube nenkinga njengoba lokhu kuchaza ukusebenza kwayo.
|
|
| U. |
Ngabe I BUMP TARGET noma I BUMP SHIELD iyancinza uma ngiyigcoba? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Kungenzeka uzwe ukuncinza okuncane esikhumbeni, kodwa lokhu akunamthelela omubi ngoba kusho ukuthi iyasebenza.
|
|
| U. |
Kuyini ukuhlanza (exfoliation) futhi kungani kumele ngikwenze? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Isikhumba sihlezi sakheka kabusha. Uku exfoliator kusiza ekutheni lesikhumba esidala/esesifile sisuke. I BUMP TARGET kanye ne BUMP SHIELD iqukethe izithako ezisiza ukuthi isikhumba sikwazi ukuzikhuculula (exfoliator) sona, ngalokho kunciphe ukudaleka kwezinduna kanye namaqhubu e razor.
|
|
| U. |
Kungani kumele ngisebenzise I ZERO HAIR esusa izinwele ngaphandle kokushefa noma ukusebenzisa imishini? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Ungagcobisa nje uma uqeda ukushefa bese uyisebenzisa njalo uma uzwa isikhumba siphatheke kabi noma amaqhubu ephinde evela. Isikhumba sakho singezwakala sincinza phakathi nosuku ushefengalo. Ungayiphatha imikhiqizo yakho uyigcobise njalo uma uzwa ukuncinza kuqala. Yomibili lemikhiqizo izopholisa isikhumba sakho lapho sihlukumezeke khona.
|
|
| U. |
Ngabe kwenzakalani uma ngishiye I ZERO HAIR esusa izinwele isikhathi eside ezinweleni? |
| I. |
Ciphiza Lapha
Ingancinza/insonsothe kancane kodwa ngeke yadala umonakalo ongalungiseki.
|
|
| U. |
I ZERO HAIR esusa izinwele inuka kabi njengezinye izinhlobo zokhilimu bokususa izinwele? |
| I. |
Ciphiza Lapha
o inephunga elenzelwe amadoda futhi elinuka kahle elikwenza uzethembe.
|
|