Izithako ezixutshiwe zibalulekile ekuxazululeni izinkinga zamaqhubu adalwa irazor kanye nezinwele ezimila ngaphansi kwesikhumba ngokushesha.
UKUSUSA ISIKHUMBA ESIDALA NOKUNGCOLA
- I SALICYLIC ACID idala ama epidermal cells ukuthi ashabalale, ngalokho kuvuleke izimbobo zesikhumba ezicinene.
UKUBOHLISA
- I NIACINAMIDE inama anti-microbial enza kubelula ukunciphisa izinduna ezinobovu
- I LIPACIDES ihlelemba izinga lokukhiqizeka kwamafutha kunciphe izinga lokwenzeka kwezinduna
- I TRICLOSAN inciphisa futhi ivikele ukwakheka kwamagciwane ngakho ke ivimbe ukutheleleka ezimpandeni zesikhumba.
- I GLYCERINE yehlisa ukoma nokuhlukemezeka kwesikhumba.
- I SALICYLIC ACID inezithako ezinamandla ekusizeni ukwehlisa izinga lokuvuvukala.
UKULUNGISA
- I LIPACIDES ibuyisela iphinde ilungise ukubhalansa kwe PH esikhumbheni
UKUPHOLISA
- I ANASENSYL inikeza isixazululo esisheshayo ekupholiseni nasekuvikeleni isikhumba uma ushefa.
