English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
DX SMOOTH ZERO HAIR Isusa izinwele ngaphandle kokushefa

hair

hair 2

  • Yenzelwe amadoda futhi isebenza ngokushesha, imizuzu emi 5 ukususa izinwele ezingadingeki kusukela ekhanda, esiphundu, esifubeni kanye nasemakhwapheni.
  • Ishubhu elibambheka kalula lenza kusheshe ukugcoba endaweni ofisa ukususa khona izinwele.
  • Inephunga elimnandi elakhelwe amadoda azizwayo.
  • Kuphelile ukuba namaqhubu, ukulimala kanye nokusha uma ushefa.
  • Imiphumela ihlala izinsuku eziningi kunokushefa.
  • Izinwele zikhula kahle futhi zikhula emva kwesikhathi eside.
  • Gcoba ngokwanele phezu kwezinwele. UNGAHLIKIHLI. Uma izinwele zinkulu zinciphise zibe ngu 2mm.
  • Linda imizuzu emi 5. Sula indawo encane ngendwangu yobuso eswakeme. Uma izinwele zisuka kalula, susa sonke isigcobo bese uyahlamba ngamanzi antukuntuku anensipho noma i shampoo. Uma kudingeka linda imizuzu engaphezulu kodwa ungadluli imizuzu eyi 10.
  • Qiniseka ukuthi isivalo sivalekile ngokupheleleyo.

Qaphela: Ngaphambi kokusebenzisa, hlola endaweni encane ulandela imigomo ebhalwe ephaketheni. Linda amahora anga 24. Uma kungekho ukuhlukumezeka, qhubeka uyisebenzise. Ungayisebenzisi ebusweni , esikhumbeni esiklayekile, kanye nasendaweni ehuzukile. Ukunciphisa ukuzwela kwesikhumba, ungayisebenzisi uma usanda kuqeda ukuhlamba. Ima ukuyisebenzisa uma ukuhlukumezeka kwesikhumba ngokweqile kuqhubeka. Isuse lapho kufikela khona abantwana. Iqukethe i Thioglycolate.

Bheka izithako