English | Zulu | Xhosa | Sesotho | Setswana
  • Umshanguzo onamandla okhulula isikhumba esihlukunyezwe ukukhula kwezinwele ngaphansi kwesikhumba kanye nokushefa.
  • Ikunikeza ukukhululeka nemiphumela ebonakalayo phakathi kwamahora engama 24.
  • Ibhola-elishibilikayo elihlukile likunikeza indlela ekhethekileyo yokugcoba.
  • Up to 100 applications.
  • Ingilazi eyi 15ml yenza isiqiniseko ukuthi izithako zihlale zisezingeni eliphezulu ngesikhathi ihleli eshalofini.
  • Noma nini ilula ukuyiphatha kanye nokuyipakisha esikhwameni sohambo – ilungele ukusebenza noma inini uma uyidinga.

Imigomo elula yokusebenzisa i DX SMOOTH BUMP TARGET:

  • Gcoba ngebhola-elishibilikayo le DX SMOOTH BUMP TARGET endaweni ehlukumezekile kabili ngosuku, emva kokushefa noma kuvela amaqhubu.
  • Ilungele ukusetshenziswa ezindaweni ezifana nobuso, entanyeni, nasesiphundu.
  • Ima ukuyisebenzisa uma amaqhubu esenyamalele
Qaphela: Ima ukuyisebenzisa uma ukuhlukumezeka kwesikhumba ngokweqile kuqhubeka.

BHEKA IZITHAKO